Uvukuhlale
Original 1 litre

An Aloe based immune booster containing all natural ingredients. This product has had remarkable results in improving the quality of life of numerous people suffering from a wide variety of illnesses.

R90.00

Patient Information Leaflet (PIL)

ENGLISH

PATIENT INFORMATION LEAFLET

SCHEDULING STATUS:

S0

PROPRIETARY NAME, STRENGTH AND PHARMACEUTICAL FORM

UVUKHLALE ORIGINAL. Each 62,5 mI solution contains: Aloe ferox leaf extract (pectin) 12,5 ml and Aloe ferox leaf extract (bitters) 0,125 ml. Solution. 

Read all of this leaflet carefully because it contains important information for you UVUKHLALE ORIGINAL is available without a doctor’s prescription, for you to treat a mild illness. Nevertheless you still need to use UVUKHLALE ORIGINAL carefully to get the best results from it.

• Keep this leaflet. You may need to read it again.
• Do not share UVUKHLALE ORIGINAL with any other person.
• Ask your doctor or pharmacist if you need more information or advice.

1. WHAT UVUKHLALE ORIGINAL CONTAINS

• The active substances are: Aloe ferox leaf extract (pectin) and Aloe ferox leaf extract (bitters)
• Preservatives: Potassium sorbate and sodium benzoate.
• The other ingredients are: Citric acid and purified water.

2. WHAT UVUKHLALE ORIGINAL IS USED FOR

UVUKAHLALE ORIGINAL is a complementary medicine for adults which provides support and maintenance of a healthy immune system.

3. BEFORE YOU TAKE UVUKHLALE ORIGINAL

Do not take UVUKHLALE ORIGINAL:

• if you are hypersensitive (allergic) to any of the ingredients of UVUKHLALE ORIGINAL.
• if you are suffering from appendicitis and inflamed intestinal disorder;
• if you are suffer from abdominal pain;
• if you suffer from Crohn’s disease or ulcerative colitis;
• if you are have recently undergone surgeries;
• if you are a child under the age of 14 years.

Pregnancy and Breastfeeding

UVUKAHLALE ORIGINAL is not recommended during pregnancy and lactation.

Using other medicines with UVUKHLALE ORIGINAL

Use UVUKHLALE ORIGINAL with caution if you are taking medicines against palpitations, cortisone, hart medicine and diuretics.

 If you are taking other medicines on a regular basis, including complementary or traditional medicines, the use of UVUKHLALE ORIGINAL with these medicines may cause undesirable interactions.  Please consult your doctor, pharmacist or other healthcare professional for advice.

 4. HOW TO TAKE UVUKHLALE ORIGINAL

 Do not share medicines you are taking with any other person.

Always take UVUKHLALE ORIGINAL exactly as instructed. You should check with your doctor or pharmacist if you are unsure.

 Take half a cup (62,5 ml) after a meal at bedtime. Use on a regular basis for the best results.

If you have the impression that the effect of UVUKHLALE ORIGINAL is too strong or too weak, tell your doctor or pharmacist.

If you take UVUKHLALE ORIGINAL than you should:

In the event of overdosage, consult your doctor or pharmacist. If neither is available, seek help at the nearest hospital or poison control centre.

 If you forget to take a dose of UVUKHLALE ORIGINAL:

 Do not take a double dose to make up for forgotten individual doses.

5. POSSIBLE SIDE EFFECTS

 UVUKHLALE ORIGINAL can have side effects.

 The less frequent side effects include palpitations and a decrease in blood sugar levels. 

 The more frequent side effects include abdominal pain, cramps and diarrhoea.

 Not all side effects reported for UVUKHLALE ORIGINAL are included in this leaflet.  Should your general health worsen while taking UVUKHLALE ORIGINAL, please consult your doctor, pharmacist or other healthcare professional for advice.

 6. STORING AND DISPOSING OF UVUKHLALE ORIGINAL

• Store all medicines out of reach of children.
• Store at or below 25 °C. Protect from light.
• Shake before opening the bottle.
• Keep in the original container until ready for use.
• Once opened, keep the bottle closed and use before the expiry date.
• Do not use after the expiry date stated on the bottle.
• Return all unused medicine to your pharmacist.
• Do not dispose of unused medicine in drains or sewerage systems (e.g. toilets).

 7. PRESENTATION OF UVUKHLALE ORIGINAL

500 ml or 1 000 ml solution packed in a white round plastic bottle with a white plastic screw-on cap.

8. IDENTIFICATION OF UVUKHLALE ORIGINAL

 A light to dark brown bitter aloe juice solution.

9. REGISTRATION NUMBER/REFERENCE NUMBER

 Will be allocated.

10. NAME AND ADDRESS OF REGISTRATION HOLDER

Herbal Solutions cc. 147 Julia Road, Overport, Durban, Kwazulu-Natal, 4067 

11. DATE OF PUBLICATION

 Will be allocated.

D CATEGORY 7: NUTRITIONAL SUBSTANCES THAT PURPORT TO HAVE THERAPEUTIC OR MEDICINAL EFFECTS.

This medicine has not been evaluated by the Medicines Control Council. This medicine is not intended to diagnose, treat, cure or prevent any disease.

PACKAGE INSERT

SCHEDULING STATUS: S0

PROPRIETARY NAME AND DOSAGE FORM:

UVUKAHLALE ORIGINAL. Solution.

COMPOSITION:

Each 62,5 mI solution contains:
Aloe ferox leaf extract (pectin) 12,5 ml
Aloe ferox leaf extract (bitters) 0,125 mg
Preservatives:
Potassium sorbate 0,0376 % m/v
Sodium benzoate  0,0376 % m/v
The other ingredients are: Citric acid and purified water.

PHARMACOLOGICAL CLASSIFICATION:

D 32.2 Other
PHARMACOLOGICAL ACTION:
Complementary medicine.

INDICATIONS:

UVUKAHLALE ORIGINAL is a complementary medicine for adults which provides support and maintenance of a healthy immune system. 

CONTRA-INDICATIONS:

Hypersensitivity to any of the ingredients.
Contra-indicated in pregnant women, during breastfeeding and in children under the age of 14 years.

WARNINGS AND SPECIAL PRECAUTIONS:

DO NOT TAKE IF YOU ARE PREGANT OR UNDER THE AGE OF 14 YEARS.
Use with caution in patients with appendicitis and inflamed intestinal disorders, abdominal pain, Crohn’s disease or ulcerative colitis or in patients who recently had surgery.
Do not exceed the daily dose.
Taking multiple supplements may cause a cumulative intake of certain nutrients/substances. It is therefore recommended that you consult your healthcare practitioner prior to use.

INTERACTIONS:

Use UVUKHLALE ORIGINAL with caution in patients who are taking anti-arrhythmic medicines, corticosteroids, cardiac glucosides and diuretics.

PREGNANCY AND LACTATION: 

UVUKAHLALE ORIGINAL is not recommended during pregnancy and lactation.

DOSAGE AND DIRECTIONS FOR USE:

Take a quarter cup (62,5 ml) after a meal before bedtime. Use on a regular basis for the best results

SIDE-EFFECTS 

Metabolism and nutrition disorders
Less frequent: Decrease in blood sugar levels
Cardiac disorders
Less frequent: Arrhythmia
Gastrointestinal disorders
Frequent: Abdominal pain, cramps and diarrhoea. 

KNOWN SYMPTOMS OF OVERDOSAGE AND PARTICULARS OF ITS TREATMENT:

Symptoms of overdosage include intestinal spasms or stomach cramps, severe diarrhoea and dehydration. Treatment is supportive and symptomatic.

IDENTIFICATION:

A light to dark brown bitter aloe juice solution.

PRESENTATION:

500 ml or 1 000 ml solution packed in a white round plastic bottle with a white plastic screw-on cap

STORAGE INSTRUCTIONS:

Store at or below 25 °C. Protect from light.

Once opened, keep the bottle tightly closed after use and use before the expiry date.

Store in the original container until ready for use.

KEEP OUT OF REACH OF CHILDREN.
REGISTRATION NUMBER:

To be allocated

NAME AND BUSINESS ADDRESS OF THE HOLDER OF THE CERTIFICATE OF REGISTRATION:

Herbal Solutions cc. 147 Julia Road, Overport, Durban, Kwazulu-Natal, 4067 

DATE OF PUBLICATION OF THIS PACKAGE INSERT:

To be allocated

D CATEGORY 8: WESTERN HERBAL MEDICINE

This medicine has not been evaluated by the SAHPRA for it quality, safety or intended use.

NAPPI CODE:

500ML: 3001112001

1 LITRE: 3001112002

ZULU

VK ORIGINAL PATIENT INFORMATION LEAFLET

IPHESHANA LOLWAZI LWESIGULI

ISIGABA SOKUHLUKANISWA KWEMITHI;

ISIGABA O

IGAMA OBIZWA NGALO,ISILINGANISO NOKUHLANGANISWA KWAWO UVUKAHLALE WOKUQALA.Amamili angu 62.5 oketshezi afakwe;Incindi yamahlamvu enhlaba [ayi phekhithini] angu 12,5ml kanye nencindi yamahlamvu enhlaba [ayi bhitha] angu 0,125ml.Iwuketshezi.

Funda lelipheshana ngokucophelela ngoba luqukethe ulwazi olubalulekile lwakho UVUKAHLALE WOKUQALA uyatholakala ngaphandle kwencwadi ebhalwe udokotela,ukuze uzilaphe lezozifo ezincane.

Kodwa ke udinga ukuba uwusebenzise ngokucophelela loVUKAHLALE ukuze uthole imiphumela emihle.

Ligcine lelipheshana.Ungase udinge ukulifunda futhi.

Ungabelani loVUKAHLALE nomunye umuntu.

Buza kudokotela wakho noma kusokhemisi uma udinga olunye ulwazi noma isaluleko.

1.YINI EFAKIWE KULOVUKAHLALE

Okubalulekile;Incindi enhlaba [ayiphekhithini] nencindi yenhlaba [eyibhitha] Isivikelikonakala;iphothaziyamu sobhethi nesodiyamu bhenzuwethi.

Okunye okufakiwe;Isithilikha namanzi ahluziwe.

2.USETSHENZISELWA NTONI LOVUKAHLALE

LOVUKAHLALE UYIKHAMBI LESINTU LABANTU ABADALA ELINIKA ISISEKELO LIGCINE AMASOSHA EPHILILE.

3.NGAPHAMBI KOKUTHATHA LOVUKAHLALE

• Ungawuthathi LOOVUKAHLALE uma;
• Umzimba wakho uhlukunyezwa noma ungezwani nanoma yini efakiwe KULOVUKAHLALE.
• Uma unenkinga ye aphendisi noma isiphi esinye isifo emathunjini.
• Uma uzwa inhlungu esiswini.
• Uma unezilonda esiswini.
• Uma usanda kuhlinzwa.
• Uma iminyaka yakho ingaphansi kwa 14.

Ukukhulelwa nokuncelisa

LOVUKAHLALE asikukhuthazi ukuba uwuphuze uma ukhulelwe noma uncelisa.

Ukusebenzisa eminye imithi naLOVUKAHLALE WOKUQALA.

Usebenzise ngokucophelela uma uthatha imithi yezifo zenhliziyo nechamisayo.Uma uthatha eminye imithi yesintu noma imiphi eminye,ukusebenzisa kunye naloVUKAHLALE kungaba nokushayisana okungafunekiyo.Bonana nodokotela wakho,nosokhemisi noma umaluleki wezempilo uthole isaluleko.

4. UWUTHATHAKANJANI LOVUKAHLALE?

Musa ukwabelana nomunye umuntu imithi oyithathayo.

Ngasosonke isikhathi uthathe njengalokhu uyaliwe  LOVUKAHLALE.Buza kudokotela wakho noma kusokhemisi uma ungabaza.

Thatha ikota yenkomishi ebusuku usudlile.Usebenzise njalo ukuze uthole imiphumela emihle.

Uma unokusola ukuthi LOVUKAHLALE usebenza ngokungaphezulu noma okungaphansi kokulindele ,xoxa nodokotela noma usokhemisi.

UMA UTHATHA LOVUKAHLALE KUMELE;

Uma uwuthathe weqisa bonana nodokotela noma usokhemisi.Uma bengekho thola usizo esibhedlela noma esikhungweni sezempilo.

UMA UKHOHLIWE UKUWUTHATHA;

Ungathathi isikali esiphindiwe uma usuwuthatha.

5.
IZINTO EZINGEZINHLE EZINGADALWA ILOVUKAHLALE LOVUKAHLALE kunokwenzeka ubenezinto ezingezinhle ongazidala.

Izinto ezincane ezingajwayelekile kungaba ukushaya kwenhliziyo nokwehla kwashukela egazini.

Izinto ezijwayekile kungaba isisu esibuhlungu nesikhiphayo.

Izinto ezinye ongazenza azibhaliwe lapha.Uma isimo sempilo yakho sibasibi uwuphuza LOVUKAHLALE,bonana nodokotela,nosokhemisi noma umaluleki wezempilo uthole isaluleko.

6.UKUWUGCINA NOKUWUCHITHA LOVUKAHLALE

Gcina imithi kude nabantwana.

Ugcine ezingeni okushisa  elingaphansi kwa 25.Uvikele elangeni.

Ushukuze ungakawuvuli.

Ugcine usebhodleleni owuthenge ukulo.

Ugcine uvaliwe uwusebenzise lungakashayi usuku lokonakala kwawo.

Ungawusebenzisi uma sekushaye usuku lokonakalakwawo.

Ongawusebenzisanga ubuyisele kusokhemisi.

Ungawutheli kosinki nasendlini yangasese.

7/8. UBONAKALA KANJANI UNGAKANANI LOVUKAHLALE

Kuba isigubhu esimhlophe esingupulasikiti esinesivalo esingamalitha amabili,ilitha elilodwa nohafu welitha.

Unguketshezi oluluthuthu olubaba sanhlaba.

9. INOMBOLO YOKUBHALISWA

Isazonikwa.

10.IGAMA NEDILESI YOMNIKAZI

Herbal Solutions cc., 147Julia Road, Overport, Durban, KwaZulu-Natal, 4067

Usuku loshicilelo

Lusazonikwa

ISIGABA 7D.IZAKHAMZIMBA EZISEKELAYO NOMA ZIPHILISE 

Lomuthi awuhloliwe ibhodi elawula ezemithi.Lomuthi awakhelwe ukuhlola,ukulapha,ukuqeda,ukuvikela noma isiphi isifo.

IPHESHANA LOLWAZI LWESIGULI

ISIGABA SOKUHLUKANISWA KWEMITHI;

ISIGABA O
IGAMA OBIZWA NGALO,ISILINGANISO NOKUHLANGANISWA KWAWO UVUKAHLALE WOKUQALA.Amamili angu 62.5 oketshezi afakwe;Incindi yamahlamvu enhlaba [ayi phekhithini] angu 12,5ml kanye nencindi yamahlamvu enhlaba [ayi bhitha] angu 0,125ml.Iwuketshezi.

Funda lelipheshana ngokucophelela ngoba luqukethe ulwazi olubalulekile lwakho UVUKAHLALE WOKUQALA uyatholakala ngaphandle kwencwadi ebhalwe udokotela,ukuze uzilaphe lezozifo ezincane

Kodwa ke udinga ukuba uwusebenzise ngokucophelela loVUKAHLALE ukuze uthole imiphumela emihle.
Ligcine lelipheshana.Ungase udinge ukulifunda futhi.
Ungabelani loVUKAHLALE nomunye umuntu.
Buza kudokotela wakho noma kusokhemisi uma udinga olunye ulwazi noma isaluleko.

1.YINI EFAKIWE KULOVUKAHLALE

Okubalulekile;Incindi enhlaba [ayiphekhithini] nencindi yenhlaba [eyibhitha] Isivikelikonakala;iphothaziyamu sobhethi nesodiyamu bhenzuwethi.

Okunye okufakiwe;Isithilikha namanzi ahluziwe.

2.USETSHENZISELWA NTONI LOVUKAHLALE

LOVUKAHLALE UYIKHAMBI LESINTU LABANTU ABADALA ELINIKA ISISEKELO LIGCINE AMASOSHA EPHILILE.

3.NGAPHAMBI KOKUTHATHA LOVUKAHLALE

• Ungawuthathi LOOVUKAHLALE uma;

Umzimba wakho uhlukunyezwa noma ungezwani nanoma yini efakiwe KULOVUKAHLALE.

Uma unenkinga ye aphendisi noma isiphi esinye isifo emathunjini.

• Uma uzwa inhlungu esiswini.

• Uma unezilonda esiswini.

• Uma usanda kuhlinzwa.

• Uma iminyaka yakho ingaphansi kwa 14.

Ukukhulelwa nokuncelisa

LOVUKAHLALE asikukhuthazi ukuba uwuphuze uma ukhulelwe noma uncelisa.
Ukusebenzisa eminye imithi naLOVUKAHLALE WOKUQALA.
Usebenzise ngokucophelela uma uthatha imithi yezifo zenhliziyo nechamisayo.

Uma uthatha eminye imithi yesintu noma imiphi eminye,ukusebenzisa kunye naloVUKAHLALE kungaba nokushayisana okungafunekiyo.Bonana nodokotela wakho,nosokhemisi noma umaluleki wezempilo uthole isaluleko.

4. UWUTHATHAKANJANI LOVUKAHLALE?
Musa ukwabelana nomunye umuntu imithi oyithathayo.
Ngasosonke isikhathi uthathe njengalokhu uyaliwe  LOVUKAHLALE.Buza kudokotela wakho noma kusokhemisi uma ungabaza.
Thatha ikota yenkomishi ebusuku usudlile.Usebenzise njalo ukuze uthole imiphumela emihle.
Uma unokusola ukuthi LOVUKAHLALE usebenza ngokungaphezulu noma okungaphansi kokulindele ,xoxa nodokotela noma usokhemisi.

UMA UTHATHA LOVUKAHLALE KUMELE;

Uma uwuthathe weqisa bonana nodokotela noma usokhemisi.Uma bengekho thola usizo esibhedlela noma esikhungweni sezempilo.UMA UKHOHLIWE UKUWUTHATHA;